Eksodusi 20:4 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 4 “Ungazenzeli umfanekiso obaziwe nanoma yini efana nento* ephezulu emazulwini noma esemhlabeni noma esemanzini ngaphansi komhlaba. + Levitikusi 26:1 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 26 “‘Ningazenzeli onkulunkulu abangasizi ngalutho, + ningazimiseli umfanekiso obaziwe + noma insika engcwele, ningabeki umfanekiso owenziwe ngetshe + ezweni lenu ukuze niwukhothamele; + nginguJehova uNkulunkulu wenu. Duteronomi 27:15 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 15 “‘Uqalekisiwe umuntu owenza umfanekiso obaziwe + noma isithombe sensimbi, *+ okuyinto enengekayo kuJehova, + ewumsebenzi wengcweti,* wabe esekufihla.’ (Bonke abantu bayophendula bathi, ‘Amen!’*)
4 “Ungazenzeli umfanekiso obaziwe nanoma yini efana nento* ephezulu emazulwini noma esemhlabeni noma esemanzini ngaphansi komhlaba. +
26 “‘Ningazenzeli onkulunkulu abangasizi ngalutho, + ningazimiseli umfanekiso obaziwe + noma insika engcwele, ningabeki umfanekiso owenziwe ngetshe + ezweni lenu ukuze niwukhothamele; + nginguJehova uNkulunkulu wenu.
15 “‘Uqalekisiwe umuntu owenza umfanekiso obaziwe + noma isithombe sensimbi, *+ okuyinto enengekayo kuJehova, + ewumsebenzi wengcweti,* wabe esekufihla.’ (Bonke abantu bayophendula bathi, ‘Amen!’*)