Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Levitikusi 26:17
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 17 Ngiyomelana nani futhi izitha zenu ziyonehlula; + abanizondayo bayoninyathela, + nibaleke kube kungekho muntu onixoshayo. +

  • Levitikusi 26:37
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 37 Bayokhubana bodwa njengalabo ababalekela inkemba, nakuba kungekho muntu obaxoshayo. Ngeke nikwazi ukumelana nezitha zenu. +

  • Duteronomi 28:15
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 15 “Kodwa uma ungeke ulilalele izwi likaJehova uNkulunkulu wakho ngokuqikelela ukuthi wenza yonke imiyalo yakhe nemithetho yakhe engikuyala ngayo namuhla, zonke lezi ziqalekiso ziyokwehlela phezu kwakho: +

  • Duteronomi 28:25
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 25 UJehova uyobangela ukuba uhlulwe phambi kwezitha zakho. + Wena uyozihlasela ohlangothini olulodwa, kodwa uyozibalekela ngezindlela eziyisikhombisa; yonke imibuso yomhlaba iyothuka lapho ibona izinto ezimbi ezikwehlelayo. +

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela