Eksodusi 24:3 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 3 UMose weza watshela abantu wonke amazwi kaJehova nazo zonke izinqumo zokwahlulela, + bonke abantu baphendula ngazwi linye bathi: “Wonke amazwi uJehova awakhulumile sizimisele ukuwenza.” + Eksodusi 24:8 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 8 Ngakho uMose wathatha igazi walifafaza kubantu + wathi: “Leli yigazi lesivumelwano uJehova asenze nani ngokuvumelana nawo wonke la mazwi.” + Eksodusi 34:27 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 27 UJehova waqhubeka wathi kuMose: “Kufanele uwabhale phansi la mazwi, + ngoba ngokuvumelana nala mazwi, ngenza isivumelwano nawe no-Israyeli.” + Duteronomi 29:1 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 29 Lawa amazwi esivumelwano uJehova ayala uMose ukuba asenze nesizwe sakwa-Israyeli ezweni lakwaMowabi ngaphandle kwesivumelwano asenza naso eHorebe. + Joshuwa 23:16 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 16 Uma ningasigcini isivumelwano sikaJehova uNkulunkulu wenu aniyala ukuba nisigcine, futhi uma nihamba niyokhonza abanye onkulunkulu nibakhothamele, uJehova uyonithukuthelela kakhulu + nishabalale ngokushesha ezweni elihle aninike lona.” +
3 UMose weza watshela abantu wonke amazwi kaJehova nazo zonke izinqumo zokwahlulela, + bonke abantu baphendula ngazwi linye bathi: “Wonke amazwi uJehova awakhulumile sizimisele ukuwenza.” +
8 Ngakho uMose wathatha igazi walifafaza kubantu + wathi: “Leli yigazi lesivumelwano uJehova asenze nani ngokuvumelana nawo wonke la mazwi.” +
27 UJehova waqhubeka wathi kuMose: “Kufanele uwabhale phansi la mazwi, + ngoba ngokuvumelana nala mazwi, ngenza isivumelwano nawe no-Israyeli.” +
29 Lawa amazwi esivumelwano uJehova ayala uMose ukuba asenze nesizwe sakwa-Israyeli ezweni lakwaMowabi ngaphandle kwesivumelwano asenza naso eHorebe. +
16 Uma ningasigcini isivumelwano sikaJehova uNkulunkulu wenu aniyala ukuba nisigcine, futhi uma nihamba niyokhonza abanye onkulunkulu nibakhothamele, uJehova uyonithukuthelela kakhulu + nishabalale ngokushesha ezweni elihle aninike lona.” +