1 Samuweli 9:3 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 3 Lapho kulahleka izimbongolo* zikaKishi uyise kaSawule, uKishi wathi kuSawule indodana yakhe: “Ngicela uthathe esinye sezikhonzi nihambe niyofuna izimbongolo.” 1 Samuweli 9:5 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 5 Bafika ezweni laseZufi, uSawule wathi esikhonzini esasihamba naye: “Masibuyele emuva, ukuze ubaba angagcini esekhathazeka ngathi esikhundleni sokukhathazeka ngezimbongolo.” +
3 Lapho kulahleka izimbongolo* zikaKishi uyise kaSawule, uKishi wathi kuSawule indodana yakhe: “Ngicela uthathe esinye sezikhonzi nihambe niyofuna izimbongolo.”
5 Bafika ezweni laseZufi, uSawule wathi esikhonzini esasihamba naye: “Masibuyele emuva, ukuze ubaba angagcini esekhathazeka ngathi esikhundleni sokukhathazeka ngezimbongolo.” +