Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • AbaHluleli 7:2
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 2 UJehova wayesethi kuGideyoni: “Abantu abanawe baningi kakhulu ukuba nginikele uMidiyani esandleni sabo. + U-Israyeli angase azigabise bese ethi kimi, ‘Yisandla sami esingisindisile.’ +

  • 2 AmaKhosi 6:15, 16
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 15 Lapho isikhonzi somuntu kaNkulunkulu weqiniso sivuka ekuseni siphumela phandle, sabona ibutho lempi namahhashi nezinqola zempi kuzungeze idolobha. Ngaso leso sikhathi isikhonzi sathi kuye: “Maye nkosi yami! Sizokwenzenjani?” 16 Kodwa wathi: “Ungesabi! + Ngoba baningi abanathi kunabanabo.” +

  • 2 IziKronike 14:11
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 11 U-Asa wabe esebiza uJehova uNkulunkulu wakhe + wathi: “O Jehova, akunandaba kuwe ukuthi labo obasizayo baningi noma abanamandla. + O Jehova Nkulunkulu wethu, sisize ngoba sithembele* kuwe, + sizolwa nalesi sixuku egameni lakho. + O Jehova, wena unguNkulunkulu wethu. Ungamvumeli umuntu ofayo abe namandla kunawe.” +

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela