Duteronomi 13:17 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 17 Ayikho into ehlukaniselwe ukubhujiswa isandla sakho okufanele siyithathe, + ukuze uJehova angabe esathukuthela, kodwa akubonise isihe nozwela futhi akwandise, njengoba nje efungile kokhokho bakho. + Joshuwa 6:18 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 18 Ningazithinti izinto okufanele zibhujiswe, + ukuze ningazihaleli bese nizithatha, + nenze ikamu lakwa-Israyeli lifanelwe ukubhujiswa futhi nililethele inhlekelele. *+
17 Ayikho into ehlukaniselwe ukubhujiswa isandla sakho okufanele siyithathe, + ukuze uJehova angabe esathukuthela, kodwa akubonise isihe nozwela futhi akwandise, njengoba nje efungile kokhokho bakho. +
18 Ningazithinti izinto okufanele zibhujiswe, + ukuze ningazihaleli bese nizithatha, + nenze ikamu lakwa-Israyeli lifanelwe ukubhujiswa futhi nililethele inhlekelele. *+