18 Manje lapho u-Absalomu esaphila, wayethathe insika wazimisela yona eSigodini SeNkosi, + ngoba wathi: “Anginandodana ezokwenza ukuba igama lami likhunjulwe.” + Ngakho waqamba leyo nsika ngegama lakhe; ibizwa ngokuthi iSikhumbuzo Sika-Absalomu kuze kube namuhla.