Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Levitikusi 20:6
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 6 “‘Ngokuqondene nomuntu ophendukela kwabasebenzelana nemimoya + nakubabikezeli bekusasa + ukuze afebe nabo ngokomoya,* nakanjani ngiyomelana nalowo muntu ngimbulale. *+

  • Duteronomi 18:10
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 10 Akufanele kutholakale kuwe noma ubani oshisa* indodana noma indodakazi yakhe emlilweni, + obhulayo, + owenza umlingo, + ofuna amabika, + umthakathi, +

  • Duteronomi 18:12
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 12 Ngoba noma ubani owenza lezi zinto uyisinengiso kuJehova, futhi ngenxa yale mikhuba enengekayo uJehova uNkulunkulu wakho uyazixosha lezi zizwe phambi kwakho.

  • 1 IziKronike 10:13
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 13 Ngakho uSawule wafa ngenxa yokungathembeki kwakhe kuJehova ngoba akazange alilalele izwi likaJehova, + nangenxa yokuthi wabuza kosebenzelana nemimoya +

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela