39 Lapho uDavide ezwa ukuthi uNabali ufile, wathi: “Makadunyiswe uJehova, owahlulele + uNabali + ngokungithuka kwakhe nonqande inceku yakhe ukuba ingenzi lutho olubi, + futhi uJehova ubuyisele ububi bukaNabali ekhanda lakhe!” UDavide wabe esethumela izwi wacela u-Abhigayili ukuba abe ngumkakhe.