Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • 1 Samuweli 25:14-16
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 14 Phakathi naleso sikhathi, enye yezinceku yabikela u-Abhigayili, umkaNabali, yathi: “UDavide uthume izithunywa esehlane efisela inkosi yethu okuhle, kodwa yona izithethisile yazithuka. + 15 Lawaya madoda asiphatha kahle kakhulu. Awasilimazanga, futhi asilahlekelwanga ngisho nayinto eyodwa zonke izinsuku esazichitha nawo endle. + 16 Aba njengodonga olubiyele nxazonke zethu ubusuku nemini, zonke izinsuku sikanye nawo seluse umhlambi.

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela