1 Samuweli 22:2 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 2 Bonke abantu ababenezinkinga, izikweletu nababenezikhalo* baqoqanela kuye, waba umholi wabo. Ayengu-400 amadoda ayekanye naye. 1 Samuweli 25:13 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 13 Ngokushesha uDavide wathi emadodeni ayekanye naye: “Nonke gaxani izinkemba zenu!” + Ngakho bonke bagaxa izinkemba zabo, noDavide naye wagaxa inkemba yakhe, amadoda angaba ngu-400 akhuphuka noDavide, kuyilapho angu-200 esele nemithwalo.
2 Bonke abantu ababenezinkinga, izikweletu nababenezikhalo* baqoqanela kuye, waba umholi wabo. Ayengu-400 amadoda ayekanye naye.
13 Ngokushesha uDavide wathi emadodeni ayekanye naye: “Nonke gaxani izinkemba zenu!” + Ngakho bonke bagaxa izinkemba zabo, noDavide naye wagaxa inkemba yakhe, amadoda angaba ngu-400 akhuphuka noDavide, kuyilapho angu-200 esele nemithwalo.