1 Samuweli 19:18 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 18 UDavide weqa waphunyuka wafika kuSamuweli eRama. + Wamtshela konke uSawule ayekwenze kuye. Ngemva kwalokho wahamba noSamuweli bayohlala eNayoti. + 1 Samuweli 22:1 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 22 Ngakho uDavide wasuka lapho + wabalekela emhumeni wase-Adulamu. + Lapho abafowabo nawo wonke umndeni kayise bezwa ngakho, behla baya khona kuye. 1 Samuweli 22:5 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 5 Ngokuhamba kwesikhathi uGadi + umprofethi wathi kuDavide: “Ungahlali ezintabeni. Suka lapho uye ezweni lakwaJuda.” + Ngakho uDavide wahamba wafike wangena ehlathini laseHereti.
18 UDavide weqa waphunyuka wafika kuSamuweli eRama. + Wamtshela konke uSawule ayekwenze kuye. Ngemva kwalokho wahamba noSamuweli bayohlala eNayoti. +
22 Ngakho uDavide wasuka lapho + wabalekela emhumeni wase-Adulamu. + Lapho abafowabo nawo wonke umndeni kayise bezwa ngakho, behla baya khona kuye.
5 Ngokuhamba kwesikhathi uGadi + umprofethi wathi kuDavide: “Ungahlali ezintabeni. Suka lapho uye ezweni lakwaJuda.” + Ngakho uDavide wahamba wafike wangena ehlathini laseHereti.