1 Samuweli 31:1 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 31 AmaFilisti ayelwa no-Israyeli. + Amadoda akwa-Israyeli awabalekela amaFilisti, amaningi abulawa eNtabeni iGilibowa. + 2 Samuweli 1:21 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 21 Nina zintaba zaseGilibowa, +Makungabi namazolo namvula phezu kwenu,Kungabi namasimu akhiqiza iminikelo engcwele, +Ngoba langcoliswa lapho ihawu lamaqhawe,Ihawu likaSawule alisagcotshiwe ngamafutha. 2 Samuweli 21:12 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 12 Ngakho uDavide wahamba wathatha amathambo kaSawule namathambo kaJonathani indodana yakhe kubaholi* baseJabeshi-gileyadi, + ababewebe esigcawini saseBheti-shani, lapho amaFilisti ayebalengise khona ngosuku amaFilisti ambulala ngalo uSawule eGilibowa. +
31 AmaFilisti ayelwa no-Israyeli. + Amadoda akwa-Israyeli awabalekela amaFilisti, amaningi abulawa eNtabeni iGilibowa. +
21 Nina zintaba zaseGilibowa, +Makungabi namazolo namvula phezu kwenu,Kungabi namasimu akhiqiza iminikelo engcwele, +Ngoba langcoliswa lapho ihawu lamaqhawe,Ihawu likaSawule alisagcotshiwe ngamafutha.
12 Ngakho uDavide wahamba wathatha amathambo kaSawule namathambo kaJonathani indodana yakhe kubaholi* baseJabeshi-gileyadi, + ababewebe esigcawini saseBheti-shani, lapho amaFilisti ayebalengise khona ngosuku amaFilisti ambulala ngalo uSawule eGilibowa. +