Genesise 36:12 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 12 UThimna waba isancinza sika-Elifazi, indodana ka-Esawu. Ngemva kwesikhathi wazalela u-Elifazi u-Amaleki. + Lawa amadodana ka-Ada, umka-Esawu. Eksodusi 17:14 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 14 Manje uJehova wathi kuMose: “Bhala lokhu encwadini njengesikhumbuzo, uphinde ukusho kuJoshuwa, ‘Ngizowaqeda nya ama-Amaleki emhlabeni futhi ngeke esakhunjulwa.’” + 1 Samuweli 15:2 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 2 Yilokhu uJehova wamabutho akushoyo: ‘Ngizowajezisa ama-Amaleki ngenxa yalokho akwenza ku-Israyeli lapho emelana naye endleleni ngesikhathi ephuma eGibhithe. + 1 Samuweli 27:8 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 8 UDavide wayekhuphuka namadoda ayekanye naye ukuze bayophanga amaGeshuri, + amaGirizi nama-Amaleki, + ngoba ayakhe ezweni elisukela eThelami kuze kufike eShuri + kwehle kuze kube sezweni laseGibhithe.
12 UThimna waba isancinza sika-Elifazi, indodana ka-Esawu. Ngemva kwesikhathi wazalela u-Elifazi u-Amaleki. + Lawa amadodana ka-Ada, umka-Esawu.
14 Manje uJehova wathi kuMose: “Bhala lokhu encwadini njengesikhumbuzo, uphinde ukusho kuJoshuwa, ‘Ngizowaqeda nya ama-Amaleki emhlabeni futhi ngeke esakhunjulwa.’” +
2 Yilokhu uJehova wamabutho akushoyo: ‘Ngizowajezisa ama-Amaleki ngenxa yalokho akwenza ku-Israyeli lapho emelana naye endleleni ngesikhathi ephuma eGibhithe. +
8 UDavide wayekhuphuka namadoda ayekanye naye ukuze bayophanga amaGeshuri, + amaGirizi nama-Amaleki, + ngoba ayakhe ezweni elisukela eThelami kuze kufike eShuri + kwehle kuze kube sezweni laseGibhithe.