Duteronomi 17:16 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 16 Nokho, akufanele izitholele amahhashi amaningi + noma yenze abantu babuyele eGibhithe ukuze bathole amahhashi engeziwe, + ngoba uJehova wathi kuwe, ‘Akumele nanini ubuyele emuva ngale ndlela.’ IHubo 20:7 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 7 Abanye bathembele ezinqoleni, abanye bathembele emahhashini, +Kodwa thina sibiza igama likaJehova uNkulunkulu wethu. + IHubo 33:17 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 17 Ukuthembela ehhashini ukuba likusindise* kuwukuzikhohlisa; +Ukuba kwalo namandla amakhulu akusho ukuthi uzophunyuka.
16 Nokho, akufanele izitholele amahhashi amaningi + noma yenze abantu babuyele eGibhithe ukuze bathole amahhashi engeziwe, + ngoba uJehova wathi kuwe, ‘Akumele nanini ubuyele emuva ngale ndlela.’
7 Abanye bathembele ezinqoleni, abanye bathembele emahhashini, +Kodwa thina sibiza igama likaJehova uNkulunkulu wethu. +
17 Ukuthembela ehhashini ukuba likusindise* kuwukuzikhohlisa; +Ukuba kwalo namandla amakhulu akusho ukuthi uzophunyuka.