2 Samuweli 7:4, 5 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 4 Ngabo kanye lobo busuku izwi likaJehova lafika kuNathani, lathi: 5 “Hamba uthi encekwini yami uDavide, ‘Yilokhu uJehova akushoyo: “Ingabe kufanele ungakhele indlu yokuhlala? + 2 Samuweli 12:1 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 12 Ngakho uJehova wathumela uNathani + kuDavide. Wafika kuye + wathi: “Kwakukhona amadoda amabili kwelinye idolobha, enye yayicebile enye ihlupheka.* 1 AmaKhosi 1:8 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 8 Kodwa uZadoki + umpristi, uBhenaya + indodana kaJehoyada, uNathani + umprofethi, uShimeyi, + uReyi namaqhawe + kaDavide anamandla, abazange bamsekele u-Adoniya.
4 Ngabo kanye lobo busuku izwi likaJehova lafika kuNathani, lathi: 5 “Hamba uthi encekwini yami uDavide, ‘Yilokhu uJehova akushoyo: “Ingabe kufanele ungakhele indlu yokuhlala? +
12 Ngakho uJehova wathumela uNathani + kuDavide. Wafika kuye + wathi: “Kwakukhona amadoda amabili kwelinye idolobha, enye yayicebile enye ihlupheka.*
8 Kodwa uZadoki + umpristi, uBhenaya + indodana kaJehoyada, uNathani + umprofethi, uShimeyi, + uReyi namaqhawe + kaDavide anamandla, abazange bamsekele u-Adoniya.