1 Samuweli 8:11 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 11 Wathi: “Yilokhu inkosi eyonibusa eyoba nelungelo lokukufuna: + Iyothatha amadodana enu + iwafake ebuthweni elihamba ngezinqola, + iwagibelise amahhashi ayo, + amanye ayogijima phambi kwezinqola zayo. 1 AmaKhosi 1:5 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 5 Phakathi naleso sikhathi u-Adoniya + indodana kaHagiti wayeziphakamisa, ethi: “Yimi ozoba yinkosi!” Wazitholela izinqola nabagibeli bamahhashi namadoda angu-50 ayezogijima phambi kwakhe. + IzAga 11:2 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 2 Lapho kufika ukugabadela, kuzolandela ihlazo, +Kodwa ukuhlakanipha kukwabanesizotha. +
11 Wathi: “Yilokhu inkosi eyonibusa eyoba nelungelo lokukufuna: + Iyothatha amadodana enu + iwafake ebuthweni elihamba ngezinqola, + iwagibelise amahhashi ayo, + amanye ayogijima phambi kwezinqola zayo.
5 Phakathi naleso sikhathi u-Adoniya + indodana kaHagiti wayeziphakamisa, ethi: “Yimi ozoba yinkosi!” Wazitholela izinqola nabagibeli bamahhashi namadoda angu-50 ayezogijima phambi kwakhe. +