2 Samuweli 15:12 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 12 Ngaphezu kwalokho, lapho enikela imihlatshelo, u-Absalomu wathumela ukuba kuyobizwa u-Ahithofeli + waseGilo umeluleki kaDavide, + edolobheni lakubo eGilo. + Uzungu lwaluya luqina, nenani labantu abasekela u-Absalomu lalanda. + 2 Samuweli 17:14 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 14 U-Absalomu nawo wonke amadoda akwa-Israyeli bathi: “Iseluleko sikaHushayi umArikhi singcono + kuneseluleko sika-Ahithofeli!” Ngoba uJehova wayesenqume ukusibhuntshisa* iseluleko sika-Ahithofeli nakuba sasisihle, + ukuze uJehova abangele u-Absalomu inhlekelele. + 2 Samuweli 17:23 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 23 Lapho u-Ahithofeli ebona ukuthi kwakungenziwanga ngokuvumelana neseluleko sakhe, wagibela imbongolo wahamba waya emzini wakhe edolobheni lakubo. + Ngemva kokunikeza umndeni wakhe iziyalezo, + wazilengisa* wafa. + Ngakho wangcwatshwa emathuneni okhokho bakhe.
12 Ngaphezu kwalokho, lapho enikela imihlatshelo, u-Absalomu wathumela ukuba kuyobizwa u-Ahithofeli + waseGilo umeluleki kaDavide, + edolobheni lakubo eGilo. + Uzungu lwaluya luqina, nenani labantu abasekela u-Absalomu lalanda. +
14 U-Absalomu nawo wonke amadoda akwa-Israyeli bathi: “Iseluleko sikaHushayi umArikhi singcono + kuneseluleko sika-Ahithofeli!” Ngoba uJehova wayesenqume ukusibhuntshisa* iseluleko sika-Ahithofeli nakuba sasisihle, + ukuze uJehova abangele u-Absalomu inhlekelele. +
23 Lapho u-Ahithofeli ebona ukuthi kwakungenziwanga ngokuvumelana neseluleko sakhe, wagibela imbongolo wahamba waya emzini wakhe edolobheni lakubo. + Ngemva kokunikeza umndeni wakhe iziyalezo, + wazilengisa* wafa. + Ngakho wangcwatshwa emathuneni okhokho bakhe.