-
1 IziKronike 22:7, 8IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
7 UDavide wathi kuSolomoni indodana yakhe: “Kwakuyisifiso senhliziyo yami ukwakhela igama likaJehova uNkulunkulu wami indlu. + 8 Kodwa izwi likaJehova lafika kimi lathi, ‘Uchithe igazi eliningi kakhulu, walwa nezimpi ezinkulu. Ngeke ulakhele indlu igama lami, + ngoba uchithe igazi eliningi kakhulu emhlabeni phambi kwami.
-