-
2 Samuweli 7:1-3IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
7 Lapho inkosi isizinzile emzini wayo, *+ uJehova eseyiphumuzile kuzo zonke izitha zayo nxazonke, 2 inkosi yathi kuNathani + umprofethi: “Mina ngihlala endlini yemisedari + kuyilapho uMphongolo kaNkulunkulu weqiniso uhleli etendeni.” + 3 UNathani wathi enkosini: “Hamba wenze noma yini esenhliziyweni yakho, ngoba uJehova unawe.” +
-