Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • 2 IziKronike 6:14-17
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 14 wathi: “O Jehova Nkulunkulu ka-Israyeli, akekho uNkulunkulu onjengawe emazulwini noma emhlabeni, ugcina isivumelwano ubonisa nothando oluqotho ezincekwini zakho ezihamba phambi kwakho ngayo yonke inhliziyo yazo. + 15 Usigcinile isithembiso owasenza encekwini yakho uDavide ubaba. + Wenza isithembiso ngomlomo wakho, namuhla usigcwalisile ngesandla sakho. + 16 Manje Jehova Nkulunkulu ka-Israyeli, gcina isithembiso owasenza encekwini yakho uDavide ubaba lapho uthi: ‘Akusoze kwenzeka ukuba kungabi namuntu wozalo lwakho oyohlala esihlalweni sobukhosi sika-Israyeli, uma nje amadodana akho eyonaka indlela ahamba ngayo ngokuhamba emthethweni wami, + njengoba nje wena uhambile phambi kwami.’ + 17 Manje Jehova Nkulunkulu ka-Israyeli, masifezeke isithembiso osenze encekwini yakho uDavide.

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela