IHubo 51:5 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 5 Bheka! Ngazalwa nginesono,Umama wangikhulelwa esonweni. *+ IHubo 130:3 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 3 O Jah,* ukube ububheka* amaphutha,Jehova ubani obengama? + UmShumayeli 7:20 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 20 Ngoba akekho umuntu olungile emhlabeni owenza okuhle njalo ongalokothi one. + Roma 3:23 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 23 Ngoba bonke bonile futhi bayasilela enkazimulweni kaNkulunkulu, + 1 Johane 1:8 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 8 Uma sithi, “Asinaso isono,” siyazikhohlisa + neqiniso alikho kithi.