1 AmaKhosi 3:1 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 3 USolomoni wakha ubuhlobo noFaro inkosi yaseGibhithe. Washada* nendodakazi kaFaro + wayiletha eDolobheni LikaDavide, + waze waqeda ukwakha indlu yakhe + nendlu kaJehova + nodonga olubiyele iJerusalema. + 1 AmaKhosi 7:8 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 8 Indlu* ayezohlala kuyo, kwelinye igceke, + yayithe ukuqhela eHholo,* futhi yayakhiwe ngendlela efanayo. USolomoni wakha nendlu efana naleli Hholo eyakhela indodakazi kaFaro, ayeyithathile yaba umkakhe. + 2 IziKronike 8:11 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 11 USolomoni waletha nendodakazi kaFaro + eyisusa eDolobheni LikaDavide eyiletha endlini ayeyakhele yona, + ngoba wathi: “Nakuba engumkami, akufanele ahlale endlini kaDavide inkosi yakwa-Israyeli, ngoba izindawo uMphongolo kaJehova osufike kuzo zingcwele.” +
3 USolomoni wakha ubuhlobo noFaro inkosi yaseGibhithe. Washada* nendodakazi kaFaro + wayiletha eDolobheni LikaDavide, + waze waqeda ukwakha indlu yakhe + nendlu kaJehova + nodonga olubiyele iJerusalema. +
8 Indlu* ayezohlala kuyo, kwelinye igceke, + yayithe ukuqhela eHholo,* futhi yayakhiwe ngendlela efanayo. USolomoni wakha nendlu efana naleli Hholo eyakhela indodakazi kaFaro, ayeyithathile yaba umkakhe. +
11 USolomoni waletha nendodakazi kaFaro + eyisusa eDolobheni LikaDavide eyiletha endlini ayeyakhele yona, + ngoba wathi: “Nakuba engumkami, akufanele ahlale endlini kaDavide inkosi yakwa-Israyeli, ngoba izindawo uMphongolo kaJehova osufike kuzo zingcwele.” +