Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • 2 IziKronike 9:1, 2
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 9 Indlovukazi yaseSheba + yezwa umbiko ngoSolomoni, ngakho yafika eJerusalema izovivinya uSolomoni ngemibuzo enzima. Yayihamba nodwendwe olubabazekayo* namakamela athwele amafutha ebhalsamu negolide eliningi kakhulu + namatshe ayigugu. Yaya kuSolomoni yakhuluma naye ngakho konke okwakusenhliziyweni yayo. + 2 USolomoni wayiphendula yonke imibuzo yayo. Ayikho into okwakunzima kakhulu* ngoSolomoni ukuba ayichazele yona.

  • Mathewu 12:42
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 42 Indlovukazi yaseningizimu iyovuswa kanye nalesi sizukulwane ekwahlulelweni isilahle, ngoba yeza ivela emaphethelweni omhlaba izozwa ukuhlakanipha kukaSolomoni. + Kodwa bhekani! Lapha kukhona ongaphezu kukaSolomoni. +

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela