-
Duteronomi 17:15, 16IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
15 uma kwenzeka kanjalo, kufanele nakanjani ubeke inkosi uJehova uNkulunkulu wakho ayikhethayo. + Kufanele ukhethe inkosi phakathi kwabafowenu. Awuvunyelwe ukubeka isifiki esingeyena umfowenu ukuba sibe inkosi yakho. 16 Nokho, akufanele izitholele amahhashi amaningi + noma yenze abantu babuyele eGibhithe ukuze bathole amahhashi engeziwe, + ngoba uJehova wathi kuwe, ‘Akumele nanini ubuyele emuva ngale ndlela.’
-