Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Duteronomi 17:15
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 15 uma kwenzeka kanjalo, kufanele nakanjani ubeke inkosi uJehova uNkulunkulu wakho ayikhethayo. + Kufanele ukhethe inkosi phakathi kwabafowenu. Awuvunyelwe ukubeka isifiki esingeyena umfowenu ukuba sibe inkosi yakho.

  • Duteronomi 17:17
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 17 Akufanele nokuba izithathele abafazi abaningi, ukuze inhliziyo yayo ingaphambuki; + futhi akufanele izitholele isiliva negolide eliningi kakhulu. +

  • Nehemiya 13:26
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 26 Akubona yini laba inkosi yakwa-Israyeli uSolomoni eyona ngenxa yabo? Phakathi kwezizwe eziningi kwakungekho nkosi enjengaye; + uNkulunkulu wakhe wayemthanda, + kangangokuthi uNkulunkulu wamenza inkosi phezu kwawo wonke u-Israyeli. Kodwa ngisho naye abafazi bezinye izizwe bamonisa. +

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela