-
AbaHluleli 9:1, 2IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
9 Ngemva kwesikhathi u-Abhimeleki + indodana kaJerubhali waya komalume bakhe eShekemi, wathi kubo nakuwo wonke umndeni kamkhulu wakhe:* 2 “Ngicela nibuze bonke abaholi* baseShekemi nithi, ‘Yikuphi okungcono kini, ukuba nibuswe yiwo wonke amadodana kaJerubhali angu-70, + noma ukuba nibuswe umuntu oyedwa? Nikhumbule ukuthi mina ngiyisihlobo senu segazi.’ ”*
-