Joshuwa 18:1 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 18 Wonke u-Israyeli wabuthana eShilo, + wabeka itende lokuhlangana lapho, + njengoba ayeselinqobile kakade izwe. + 1 Samuweli 4:3 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 3 Lapho abantu bebuyela ekamu, amadoda amadala akwa-Israyeli athi: “Kungani uJehova evumele amaFilisti ukuba asinqobe* namuhla? + Masithathe umphongolo wesivumelwano sikaJehova eShilo, + ukuze sihambe nawo usisindise esandleni sezitha zethu.”
18 Wonke u-Israyeli wabuthana eShilo, + wabeka itende lokuhlangana lapho, + njengoba ayeselinqobile kakade izwe. +
3 Lapho abantu bebuyela ekamu, amadoda amadala akwa-Israyeli athi: “Kungani uJehova evumele amaFilisti ukuba asinqobe* namuhla? + Masithathe umphongolo wesivumelwano sikaJehova eShilo, + ukuze sihambe nawo usisindise esandleni sezitha zethu.”