-
Duteronomi 23:17, 18IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
17 “Akukho ndodakazi ka-Israyeli okufanele ibe isifebe sasethempelini, + futhi akukho ndodana ka-Israyeli okufanele ibe isifebe sasethempelini. + 18 Akumele ulethe imali ekhokhelwe owesifazane oyisifebe noma ekhokhelwe* owesilisa oyisifebe* endlini kaJehova uNkulunkulu wakho ukuze ugcwalise isifungo, ngoba bobabili bayanengeka kuJehova uNkulunkulu wakho.
-