1 AmaKhosi 11:36 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 36 Indodana yakhe ngizoyinika isizwe esisodwa, ukuze uDavide inceku yami ahlale enesibani phambi kwami eJerusalema, + idolobha engizikhethele lona ukuba ngibeke igama lami kulo. 2 IziKronike 21:7 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 7 Kodwa uJehova akafunanga ukuyichitha indlu kaDavide ngenxa yesivumelwano ayesenze noDavide, + ngoba wayemthembise ukuthi kwakuyohlale kubusa inzalo yakhe eJerusalema. + IHubo 132:13 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 13 Ngoba uJehova ukhethe iZiyoni; +Ulithandile ukuba libe yindawo yakhe yokuhlala, + wathi: IHubo 132:17 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 17 Ngizokwenza amandla kaDavide ande* lapho. Ngihlelele ogcotshiwe wami isibani. +
36 Indodana yakhe ngizoyinika isizwe esisodwa, ukuze uDavide inceku yami ahlale enesibani phambi kwami eJerusalema, + idolobha engizikhethele lona ukuba ngibeke igama lami kulo.
7 Kodwa uJehova akafunanga ukuyichitha indlu kaDavide ngenxa yesivumelwano ayesenze noDavide, + ngoba wayemthembise ukuthi kwakuyohlale kubusa inzalo yakhe eJerusalema. +