-
1 Samuweli 9:3, 4IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
3 Lapho kulahleka izimbongolo* zikaKishi uyise kaSawule, uKishi wathi kuSawule indodana yakhe: “Ngicela uthathe esinye sezikhonzi nihambe niyofuna izimbongolo.” 4 Bahamba banqamula ezintabeni zakwa-Efrayimi badlulela ezweni laseShalisha, kodwa abazitholanga. Banqamula ezweni laseShahalimi, kodwa izimbongolo zazingekho lapho. Balihamba lonke elakwaBhenjamini, kodwa abazitholanga.
-