Mathewu 10:8 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 8 Yelaphani abagulayo, + nivuse abafile, nenze abanochoko bahlanzeke, nixoshe amademoni. Namukele ngesihle, yiphani ngesihle. Luka 12:15 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 15 Yabe isithi kubo: “Hlalani nivule amehlo, niqaphe zonke izinhlobo zokuhaha, *+ ngoba ngisho nalapho umuntu enokuningi, ukuphila kwakhe akuveli ezintweni anazo.” + IzEnzo 20:33 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 33 Angifisanga siliva nagolide nangubo yamuntu. + 1 Thimothewu 6:10 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 10 Ngoba uthando lwemali luyimpande yazo zonke izinhlobo zezinto ezilimazayo, futhi ngokuzama ukufinyelela lolu thando abanye baye baduka okholweni futhi bazigwaza yonke indawo ngeminjunju eminingi. +
8 Yelaphani abagulayo, + nivuse abafile, nenze abanochoko bahlanzeke, nixoshe amademoni. Namukele ngesihle, yiphani ngesihle.
15 Yabe isithi kubo: “Hlalani nivule amehlo, niqaphe zonke izinhlobo zokuhaha, *+ ngoba ngisho nalapho umuntu enokuningi, ukuphila kwakhe akuveli ezintweni anazo.” +
10 Ngoba uthando lwemali luyimpande yazo zonke izinhlobo zezinto ezilimazayo, futhi ngokuzama ukufinyelela lolu thando abanye baye baduka okholweni futhi bazigwaza yonke indawo ngeminjunju eminingi. +