2 AmaKhosi 10:29 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 29 Nokho, uJehu akazange aziyeke izono uJerobowamu indodana kaNebhati onisa ngazo u-Israyeli, okungukuthi amathole egolide, elaliseBhethele nelalikwaDani. + 2 AmaKhosi 17:21 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 21 Wamhlwitha u-Israyeli endlini kaDavide, babeka uJerobowamu indodana kaNebhati waba yinkosi. + Kodwa uJerobowamu wabangela u-Israyeli ukuba ayeke ukulandela uJehova, wambangela nokuba enze isono esikhulu.
29 Nokho, uJehu akazange aziyeke izono uJerobowamu indodana kaNebhati onisa ngazo u-Israyeli, okungukuthi amathole egolide, elaliseBhethele nelalikwaDani. +
21 Wamhlwitha u-Israyeli endlini kaDavide, babeka uJerobowamu indodana kaNebhati waba yinkosi. + Kodwa uJerobowamu wabangela u-Israyeli ukuba ayeke ukulandela uJehova, wambangela nokuba enze isono esikhulu.