Eksodusi 19:5 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 5 Manje uma nizolilalelisisa izwi lami nigcine isivumelwano sami, nakanjani niyoba impahla yami ekhethekile* kuzo zonke izizwe + ngoba wonke umhlaba ungowami. + Eksodusi 24:7 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 7 Wabe esethatha incwadi yesivumelwano wayifundela abantu ngokuzwakalayo. + Bona bathi: “Konke uJehova akukhulumile sizimisele ukukwenza futhi sizolalela.” + Duteronomi 29:1 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 29 Lawa amazwi esivumelwano uJehova ayala uMose ukuba asenze nesizwe sakwa-Israyeli ezweni lakwaMowabi ngaphandle kwesivumelwano asenza naso eHorebe. +
5 Manje uma nizolilalelisisa izwi lami nigcine isivumelwano sami, nakanjani niyoba impahla yami ekhethekile* kuzo zonke izizwe + ngoba wonke umhlaba ungowami. +
7 Wabe esethatha incwadi yesivumelwano wayifundela abantu ngokuzwakalayo. + Bona bathi: “Konke uJehova akukhulumile sizimisele ukukwenza futhi sizolalela.” +
29 Lawa amazwi esivumelwano uJehova ayala uMose ukuba asenze nesizwe sakwa-Israyeli ezweni lakwaMowabi ngaphandle kwesivumelwano asenza naso eHorebe. +