Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • 2 AmaKhosi 20:3
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 3 “O Jehova, ngiyakuncenga, ngicela ukhumbule indlela engihambe ngayo phambi kwakho ngokwethembeka nangenhliziyo ephelele, ngenze okuhle emehlweni akho.” + UHezekiya wabe esekhala kakhulu.

  • 2 IziKronike 31:20, 21
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 20 UHezekiya wenza lokhu kuwo wonke uJuda, waqhubeka enza okuhle nokulungile futhi wayethembekile phambi kukaJehova uNkulunkulu wakhe. 21 Yonke imisebenzi ayenza ukuze afune uNkulunkulu wakhe, kungakhathaliseki ukuthi yayihlobene nenkonzo yendlu kaNkulunkulu weqiniso + noma uMthetho nomyalo, wayenza ngenhliziyo ephelele futhi waphumelela.

  • IHubo 119:128
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 128 Ngakho-ke, yonke imiyalo yakho* ngiyibona ilungile; +

      Ngiyazizonda zonke izindlela zamanga. +

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela