Duteronomi 10:20 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 20 “Kufanele wesabe uJehova uNkulunkulu wakho, nguye okufanele umkhonze, + nguye okufanele unamathele kuye, futhi yigama lakhe okufanele ufunge ngalo. Joshuwa 23:8 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 8 Kodwa kumele ninamathele kuJehova uNkulunkulu wenu, + njengoba nje nenzile kwaze kwaba yilolu suku.
20 “Kufanele wesabe uJehova uNkulunkulu wakho, nguye okufanele umkhonze, + nguye okufanele unamathele kuye, futhi yigama lakhe okufanele ufunge ngalo.
8 Kodwa kumele ninamathele kuJehova uNkulunkulu wenu, + njengoba nje nenzile kwaze kwaba yilolu suku.