-
2 IziKronike 28:18, 19IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
18 AmaFilisti + ahlasela namadolobha aseShefela + naseNegebhi kwaJuda, athumba iBheti-shemeshi, + i-Ajaloni, + iGederoti, iSoko namadolobhana angaphansi kwalo,* iThimna + namadolobhana angaphansi kwalo neGimizo namadolobhana angaphansi kwalo; ahlala khona. 19 UJehova wamthobisa uJuda ngenxa ka-Ahazi inkosi yakwa-Israyeli, ngoba wavumela uJuda ukuba enze noma ikanjani, umphumela waba ukungathembeki okukhulu kuJehova.
-