-
2 AmaKhosi 19:17-19IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
17 Kuyiqiniso, Jehova, ukuthi amakhosi ase-Asiriya azibhuqile izizwe kanye namazwe azo. + 18 Aphonse onkulunkulu bazo emlilweni, ngoba bebengebona onkulunkulu + kodwa bebewumsebenzi wezandla zomuntu, + ukhuni netshe. Yingakho ababhubhisa. 19 Manje, Jehova Nkulunkulu wethu, sicela usisindise esandleni sakhe, ukuze yonke imibuso yomhlaba yazi ukuthi wena, Jehova, unguNkulunkulu wena wedwa.” +
-