2 IziKronike 16:9 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 9 Amehlo kaJehova aqalaza kuwo wonke umhlaba + ukuze abonise amandla* akhe ngenxa yalabo abanhliziyo yabo iphelele* kuye. + Wenze ngobuwula kulokhu; kusukela manje kuqhubeke kuzoba khona izimpi ngokumelene nawe.” + Daniyeli 9:18 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 18 O Nkulunkulu wami, lalela uzwe! Vula amehlo akho ubone incithakalo eliyiyo idolobha lethu elibizwe ngegama lakho; ngoba asikunxusi ngenxa yezenzo zethu ezilungile kodwa ngenxa yesihe sakho esikhulu. +
9 Amehlo kaJehova aqalaza kuwo wonke umhlaba + ukuze abonise amandla* akhe ngenxa yalabo abanhliziyo yabo iphelele* kuye. + Wenze ngobuwula kulokhu; kusukela manje kuqhubeke kuzoba khona izimpi ngokumelene nawe.” +
18 O Nkulunkulu wami, lalela uzwe! Vula amehlo akho ubone incithakalo eliyiyo idolobha lethu elibizwe ngegama lakho; ngoba asikunxusi ngenxa yezenzo zethu ezilungile kodwa ngenxa yesihe sakho esikhulu. +