Levitikusi 26:27, 28 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 27 “‘Uma ningeke ningilalele naphezu kwalokhu, niphikelela ngokuhamba ngokumelene nami, 28 ngiyomelana kakhulu nani, + mina ngokwami kuyomelwe nginijezise kasikhombisa ngenxa yezono zenu. Duteronomi 28:15 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 15 “Kodwa uma ungeke ulilalele izwi likaJehova uNkulunkulu wakho ngokuqikelela ukuthi wenza yonke imiyalo yakhe nemithetho yakhe engikuyala ngayo namuhla, zonke lezi ziqalekiso ziyokwehlela phezu kwakho: + 2 AmaKhosi 23:27 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 27 UJehova wathi: “NoJuda ngizomsusa emehlweni ami, + njengoba nje ngimsusile u-Israyeli; + ngizolilahla leli dolobha engalikhetha, iJerusalema, nendlu engathi ngayo, ‘Igama lami liyoqhubeka lilapho.’ ” +
27 “‘Uma ningeke ningilalele naphezu kwalokhu, niphikelela ngokuhamba ngokumelene nami, 28 ngiyomelana kakhulu nani, + mina ngokwami kuyomelwe nginijezise kasikhombisa ngenxa yezono zenu.
15 “Kodwa uma ungeke ulilalele izwi likaJehova uNkulunkulu wakho ngokuqikelela ukuthi wenza yonke imiyalo yakhe nemithetho yakhe engikuyala ngayo namuhla, zonke lezi ziqalekiso ziyokwehlela phezu kwakho: +
27 UJehova wathi: “NoJuda ngizomsusa emehlweni ami, + njengoba nje ngimsusile u-Israyeli; + ngizolilahla leli dolobha engalikhetha, iJerusalema, nendlu engathi ngayo, ‘Igama lami liyoqhubeka lilapho.’ ” +