Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • 2 IziKronike 24:14
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 14 Lapho nje beqeda, baletha imali esele enkosini nakuJehoyada, bayisebenzisela ukwenza izinto zendlu kaJehova, izinto zenkonzo nezokwenza iminikelo, nezindebe kanye nezinto zegolide nezesiliva. + Babenikela imihlatshelo eshiswayo + endlini kaJehova njalo zonke izinsuku zikaJehoyada.

  • 2 IziKronike 36:18
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 18 Zonke izinto zendlu kaNkulunkulu weqiniso, ezinkulu nezincane kanye nengcebo yendlu kaJehova nengcebo yenkosi nezikhulu zayo, konke yakuletha eBhabhiloni. +

  • Ezra 1:7
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 7 INkosi uKoresi yakhipha nezinto zendlu kaJehova ezazithathwe uNebukhadinezari eJerusalema wazibeka endlini kankulunkulu wakhe. +

  • Ezra 1:10, 11
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 10 izitsha ezincane zegolide ezingu-30, izitsha ezincane zesiliva ezingu-410 nezinye izimpahla ezingu-1 000. 11 Zonke izinto zegolide nezesiliva zazingu-5 400. USheshibhazari wazikhuphula zonke lezi zinto lapho abantu abadingisiwe + bekhishwa eBhabhiloni beyiswa eJerusalema.

  • Daniyeli 5:2
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 2 Edakwe yiwayini, uBhelishazari wathi makulethwe izitsha zegolide nezesiliva uNebukhadinezari uyise ayezithathe ethempelini eliseJerusalema, + ukuze inkosi nezicukuthwane zayo, izancinza zayo namanye amakhosikazi ayo baphuze ngazo.

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela