1 AmaKhosi 1:5 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 5 Phakathi naleso sikhathi u-Adoniya + indodana kaHagiti wayeziphakamisa, ethi: “Yimi ozoba yinkosi!” Wazitholela izinqola nabagibeli bamahhashi namadoda angu-50 ayezogijima phambi kwakhe. + 1 AmaKhosi 1:11 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 11 UNathani + wathi kuBhati-sheba, + unina kaSolomoni: + “Uzwile yini ukuthi u-Adoniya + indodana kaHagiti useyinkosi, futhi inkosi yethu uDavide ayazi lutho ngalokho? 1 AmaKhosi 2:24 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 24 Manje ngifunga uJehova ongimise ngaqina + nongibeke esihlalweni sobukhosi sikaDavide ubaba nongakhele indlu *+ njengoba nje athembisa; namuhla u-Adoniya uzobulawa.” +
5 Phakathi naleso sikhathi u-Adoniya + indodana kaHagiti wayeziphakamisa, ethi: “Yimi ozoba yinkosi!” Wazitholela izinqola nabagibeli bamahhashi namadoda angu-50 ayezogijima phambi kwakhe. +
11 UNathani + wathi kuBhati-sheba, + unina kaSolomoni: + “Uzwile yini ukuthi u-Adoniya + indodana kaHagiti useyinkosi, futhi inkosi yethu uDavide ayazi lutho ngalokho?
24 Manje ngifunga uJehova ongimise ngaqina + nongibeke esihlalweni sobukhosi sikaDavide ubaba nongakhele indlu *+ njengoba nje athembisa; namuhla u-Adoniya uzobulawa.” +