Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • 2 Samuweli 7:8
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 8 Manje khuluma nenceku yami uDavide uthi, ‘Yilokhu uJehova wamabutho akushoyo: “Ngakuthatha emadlelweni ulandela umhlambi wezimvu + ukuze ube umholi wabantu bami u-Israyeli. +

  • 2 Samuweli 7:18-20
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 18 INkosi uDavide yangena yahlala phansi phambi kukaJehova, yathi: “Nkosi EnguMbusi Jehova, ngibe ngingubani mina? Ube uyini nje umndeni wami ukuba ungaze ungenzele zonke lezi zinto? + 19 Njengokungathi lokhu akwanele, Nkosi EnguMbusi Jehova, uphinde ukhulume ngendlu yenceku yakho kuze kufike esikhathini esizayo esikude; futhi akekho kuso sonke isintu ozokushintsha lokhu, Nkosi EnguMbusi Jehova. 20 Yini enye inceku yakho uDavide engayisho kuwe, Nkosi EnguMbusi Jehova, njengoba wena ungazi kahle kangaka? +

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela