9 Kodwa kwakukhona umprofethi kaJehova lapho, igama lakhe kungu-Odedi. Waphuma phambi kwebutho elaliza eSamariya wathi kulo: “Bhekani! UJehova uNkulunkulu wokhokho benu wanikela uJuda esandleni senu ngenxa yokuthi wayemthukuthelele, + nina nambulala ngolaka olwafinyelela emazulwini.