1 AmaKhosi 5:17 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 17 Inkosi yayala ukuba zimbe amatshe amakhulu, amatshe abizayo, + ukuze kubekwe isisekelo + sendlu ngamatshe asikiwe. + 1 AmaKhosi 6:7 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 7 Indlu yakhiwa ngamatshe asenkwalini ayesesikiwe kakade, + okwenza kwangezwakala msindo wezando noma wezimbazo nowanoma yimaphi amathuluzi ensimbi ngesikhathi indlu yakhiwa. 1 AmaKhosi 7:9 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 9 Zonke lezi zindlu zazakhiwe ngamatshe abizayo + asikwe ngokwesilinganiso, asahwa ngamasaha amatshe, ngaphakathi nangaphandle, kusukela esisekelweni kuze kube phezulu, nangaphandle kuze kufike egcekeni elikhulu. +
17 Inkosi yayala ukuba zimbe amatshe amakhulu, amatshe abizayo, + ukuze kubekwe isisekelo + sendlu ngamatshe asikiwe. +
7 Indlu yakhiwa ngamatshe asenkwalini ayesesikiwe kakade, + okwenza kwangezwakala msindo wezando noma wezimbazo nowanoma yimaphi amathuluzi ensimbi ngesikhathi indlu yakhiwa.
9 Zonke lezi zindlu zazakhiwe ngamatshe abizayo + asikwe ngokwesilinganiso, asahwa ngamasaha amatshe, ngaphakathi nangaphandle, kusukela esisekelweni kuze kube phezulu, nangaphandle kuze kufike egcekeni elikhulu. +