Genesise 30:7, 8 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 7 UBhiliha, incekukazi kaRaheli, waphinde wakhulelwa, ngemva kwesikhathi wazalela uJakobe indodana yesibili. 8 Ngemva kwalokho uRaheli wathi: “Ngishikashikeke kakhulu ngilwa nodadewethu. Nginqobile!” Ngakho wayiqamba ngokuthi uNafetali.* + Genesise 49:21 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 21 “UNafetali + uyinyamazane yensikazi eyilambalidlile. Ukhuluma amazwi obugagu. +
7 UBhiliha, incekukazi kaRaheli, waphinde wakhulelwa, ngemva kwesikhathi wazalela uJakobe indodana yesibili. 8 Ngemva kwalokho uRaheli wathi: “Ngishikashikeke kakhulu ngilwa nodadewethu. Nginqobile!” Ngakho wayiqamba ngokuthi uNafetali.* +