Duteronomi 31:6 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 6 Yiba nesibindi uqine. + Ungazesabi noma zikwethuse + ngoba uJehova uNkulunkulu wakho nguye ohamba nawe. Ngeke akulahle noma akushiye.” + Joshuwa 1:6 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 6 Yiba nesibindi uqine, + ngoba nguwe ozokwenza ukuba lesi sizwe sithathe izwe engafunga kokhokho baso ukuthi ngizobanika lona. + Joshuwa 1:9 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 9 Angikuyalanga yini? Kuphela yiba nesibindi uqine. Ungethuki noma wesabe, ngoba uJehova uNkulunkulu wakho unawe nomaphi lapho uya khona.” + Roma 8:31 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 31 Sizothini-ke ngalezi zinto? Uma uNkulunkulu engakithi, ubani oyomelana nathi? +
6 Yiba nesibindi uqine. + Ungazesabi noma zikwethuse + ngoba uJehova uNkulunkulu wakho nguye ohamba nawe. Ngeke akulahle noma akushiye.” +
6 Yiba nesibindi uqine, + ngoba nguwe ozokwenza ukuba lesi sizwe sithathe izwe engafunga kokhokho baso ukuthi ngizobanika lona. +
9 Angikuyalanga yini? Kuphela yiba nesibindi uqine. Ungethuki noma wesabe, ngoba uJehova uNkulunkulu wakho unawe nomaphi lapho uya khona.” +