1 AmaKhosi 7:47 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 47 Zonke lezi zinto uSolomoni akazange azikale ngoba zaziningi kakhulu. Isisindo sethusi asizange sitholakale. + 1 IziKronike 22:3 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 3 UDavide walungisa nensimbi eningi ukuze kwenziwe izipikili zeminyango yamasango nezibopho, walungisa nethusi eliningi kakhulu kangangokuba lalingenakukalwa, + 1 IziKronike 22:14 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 14 Ngikhandleke kakhulu ngilungisela indlu kaJehova amathalenta* egolide angu-100 000 namathalenta esiliva angu-1 000 000, nethusi nensimbi + okuningi ngendlela engenakukalwa, ngilungise nezingodo namatshe, + kodwa wena uzonezela kukho. Jeremiya 52:20 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 20 Ngokuqondene nezinsika ezimbili, uLwandle,* izinkunzi zethusi ezingu-12 + ezazingaphansi koLwandle nezinqola iNkosi uSolomoni eyayizenzele indlu kaJehova, yayingekho indlela yokwazi isisindo sethusi sazo zonke lezi zinto.
47 Zonke lezi zinto uSolomoni akazange azikale ngoba zaziningi kakhulu. Isisindo sethusi asizange sitholakale. +
3 UDavide walungisa nensimbi eningi ukuze kwenziwe izipikili zeminyango yamasango nezibopho, walungisa nethusi eliningi kakhulu kangangokuba lalingenakukalwa, +
14 Ngikhandleke kakhulu ngilungisela indlu kaJehova amathalenta* egolide angu-100 000 namathalenta esiliva angu-1 000 000, nethusi nensimbi + okuningi ngendlela engenakukalwa, ngilungise nezingodo namatshe, + kodwa wena uzonezela kukho.
20 Ngokuqondene nezinsika ezimbili, uLwandle,* izinkunzi zethusi ezingu-12 + ezazingaphansi koLwandle nezinqola iNkosi uSolomoni eyayizenzele indlu kaJehova, yayingekho indlela yokwazi isisindo sethusi sazo zonke lezi zinto.