-
2 IziKronike 33:12, 13IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
12 Lapho ecindezelekile, wancenga uJehova uNkulunkulu wakhe ukuba ambonise umusa waqhubeka ezithoba kakhulu phambi kukaNkulunkulu wokhokho bakhe. 13 Wayelokhu ethandaza kuYe, ukunxusa kwakhe kwamthinta uNkulunkulu, wasizwa isicelo sakhe somusa, wambuyisela eJerusalema ebukhosini bakhe. + UManase wafunda ukuthi uJehova unguNkulunkulu weqiniso. +
-