IHubo 106:43, 44 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 43 Kaningi wayebakhulula, +Kodwa bona babedlubulunda bangalaleli, +Babehlazeka ngenxa yesiphambeko sabo. + 44 Kodwa wayekubona ukucindezeleka kwabo +Ekuzwa ukukhalela kwabo usizo. + Isaya 55:7 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 7 Umuntu omubi makashiye indlela yakhe, +Nomuntu ongalungile imicabango yakhe;Makabuyele kuJehova, oyoba nesihe kuye, +KuNkulunkulu wethu ngoba uyomthethelela ngendlela enkulu. *+
43 Kaningi wayebakhulula, +Kodwa bona babedlubulunda bangalaleli, +Babehlazeka ngenxa yesiphambeko sabo. + 44 Kodwa wayekubona ukucindezeleka kwabo +Ekuzwa ukukhalela kwabo usizo. +
7 Umuntu omubi makashiye indlela yakhe, +Nomuntu ongalungile imicabango yakhe;Makabuyele kuJehova, oyoba nesihe kuye, +KuNkulunkulu wethu ngoba uyomthethelela ngendlela enkulu. *+